Laba ababili ngaphambilini kuvelile ukuthi bazama ukufaka isicelo sebheyili kodwa inkantolo yabachitha ikhala ngezizathu zabo ...
KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini ...
Zithole igoli lesibili sekusele imizuzu eyisithupha kuyiwe ekhefini. U-Appollis uthole ibhola ezihambela yedwa ngakwesokunxele ebhokisini, walinamathisela phakathi esebhekene noBvuma.
ISIVEZE ukuthi izobuyela ekhaya lakubo elikhulu elizeMzumbe, indodana endala kaMusa Mseleku, uMpumelelo, ngemuva kokuvela ...
UMASIPALA waseMsunduzi usola iMKP ngokuhamba kwamanzi okuphazamise ukusebenza kweNkantolo eNkulu eMgungundlovu kanye namanye amahhovisi kahulumeni ngeledlule ...
KUPHOQE ukuthi uqedwe ngemuva kokuthi ulahlekelwe ababukeli umdlalo Ithonga, okhonjiswa kuMzansi Magic, ngo-8.30 ebusuku phakathi nezinsuku.
USOMABHIZINISI osolwa ngokuba wungqondongqondo wesigebengu uMnuz Brown Mogotsi usephinde waqinisa izinsolo zakhe zokuthi uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal uLt-Generla Nhlanhla Mkhwanazi neNkosi ...
UKelvin Momo udabuka eSoweto, eGoli, eGauteng. Igama lakhe lokuzalwa wuKelvin Thato Ledwaba. Unama albhamu okubalwa kuwona ...
Umholo kaNtuli uzonyuka ube ngaphezu kuka-R2.6 million ngonyaka. Isinqumo sokunyusa umholo kaNtuli sithathwe emhlanganweni ...
UMQEQESHI weRichards Bay FC, uPapi Zothwane, uyavuma ukuthi ukwenza kahle kwabo emiqhudelwaneni yomkhumulajezi kuyisikhuthazi kubona ekutheni bangagcina bekwazile ukuyiwina indebe.
NgoMsombuluko ntambama, okungenani abasolwa abangu-12 bagebenge imoto yemali ekhoneni lomgwaqo uJabu Ngcobo noFairview eVerulam. Abasolwa bamise iloli elithwala imali kanti kuthiwa baphuce onogada ...
SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results